Uhlelo lwesiNdebele
Kule zabizwana zokukhomba ezintathu.
- Isabizwana sokukhomba eduze.
- Isabizwana sokukhomba buqamama kumbe bucwala.
- Isabizwana sokukhomba khatshana kumbe kude.
Isabizwana sokukhomba
| Isigaba | Ibizo | eduzwe | buqamama | Kude |
| 1 | umuntu | lo | lowo | lowaya |
| 2 | abantu | laba | labo | labaya |
| 3 | umuzi | lo | lowo | lowaya |
| 4 | imizi | le/leyi | leyo | leya |
| 5 | ilitshe | leli | lelo | leliya |
| 6 | amatshe | la/lawa | lawo | lawaya |
| 7 | isihlahla | lesi | leso | lesiya |
| 8 | izihlahla | lezi | lezo | leziya |
| 9 | inja | le/leyi | leyo | leya |
| 10 | izinja | lezi | lezo | leziya |
| 11 | uluju | lolu | lolo | loluya |
| 14 | ububi | lobu | lobo | lobuya |
| 15 | ukufa | lokhu | lokho | lokhuya |
Ukwakhiwa kwesabizwana sokukhomba eduze.
- Sisakha ngesakhi sokukhomba u- la lesiqalo sebizo.
- Unkamisa wesakhi sokukhomba ulumbana lonkamisa wokuqala wesiqalo sebizo.
- Umankankani lokulandelayo kuyasuswa.
Isigaba Isakhi sokukhomba Isiqalo sebizo Isabizwana sokukhomba eduze
| 1. la | um/umu | lomu>lo |
| 2.la | aba | laba>laba |
| 3. la | umu | lomu>lo |
| 4.la | imi | lemi>le |
| 5.la | ili | leli>leli |
| 6.la | ama | lama>la |
| 7.la | isi | lesi>lesi |
| 8.la | izi | lezi>lezi |
| 9.la | iN | leN>le |
| 10.la | iziN | leziN>lezi |
| 11.la | ulu | lolu>lolu |
| 12. la ubu | lobi>lobu | |
| .13. la uku | lokhu |
- Isakhi sokukhomba (la) + isiqalo sebizo (um) = lo. Umankankani u (m ) uyasuswa.
- Isakhi sokukhomba (la) + isiqalo sebizo (imi) = le. Umankankani (mi) lokulandelayo kuyasuswa.
- Isakhi sokukhomba (la) + isiqalo sebizo (aba) = laba.
- Isakhi sokukhomba (la) + isiqalo sebizo (isi) = lesi.
Nanzelela ukulumbana kwabonkamisa.
a + a = a
a + i = e
a + u = o
Ukwakhiwa kwesabizwana sokukhomba buqamama/bucwala.
- Sakhelwa kusabizwana sokukhomba eduze.
- Uma isabizwana sokukhomba eduze singu- la loba u- lo sijobelela u- wo. la = lawo
lo = lowo
- Esilelunga elilodwa u- le sijobelela u- yo. Isib. le = leyo
- Uma silamalunga amabili sisusa unkamisa osekucineni sijobelele u – o. Isib. lezi = lezo leli = lelo laba= labo
Ukwakhiwa kwesabizwana sokukhomba kude/khatshana.
- Sakhelwa phezulu kwesabizwana sokukhomba eduze.
- Uma silelunga elilodwa sijobelela u- ya. lo = loya le = leya
- Uma silamalunga amabili lakho sijobelela u- ya. lesi = lesiya lezi = leziya
- Silakho ukuthi sijobelele isijobelelo sokukhomba kude u- yana. la = layana le= leyana
Ukusetshenziswa kwesabizwana sokukhomba emtshweni.
- Singandulela ibizo
- Le indlu inhle.
- Lelo ijazi ngelakhe.
- Leyana inja ilolaka.
- Singalandela ibizo
- Umntwana lo
- Umama lowo
- Ubaba lowaya omi esihlahleni.
- Singaba yinhloko yomutsho
- Lo uhlala yedwa.
- Lowo ufuna imali yakhe.
- Lowaya oya edolobheni.
- Singaba ngumenziwa
- Lo utshaywa ngugogo.
- Lowo olunywe zinyosi.
- Lowaya othelwe ngodaka.
- Singalandelana lesinye isabizwana
- Yena lo umfana udlala ibhola.
- Sona leso isitsha singcolile.
- Bona labaya abafana babotshiwe.
Leave a Reply